close
Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kuWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunezilotshwa eziyizi- 12,490 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

BERJAYA
Owesifazane noma umame ungumuntu oyisifazane omdala. Ngaphambi kokuba ngumuntu omdala, udlula esigabeni sokuba yingane yesifazane ebizwa ngokuthi intombazane, nasesigabeni sokuba intombi. Ngokomhlakahlo, inkondolo yesifazane evamile yokuba umuntu osimombaxa ngokobulili (sexual dimorphism) iwuhlelo lokuzala lesifazane, elihlanganisa amaqanda, amathumbu kaFallopi, isibeletho, inhlunu, negolo. Ezinye izinkondolo abanazo ngamabele (abesilisa banezibele) akhiqiza ubisi lomuntu, kanye nonkimfi omkhudlwana nenqulu ebanzi. Lezi zinkondolo zenza kube lula ukukhulelwa, ukubeletha, nokuncelisa. okwengeziwe...

Ingabe bewazi ukuthi...

Lesotho women 2008

...Usuku lwabesifazane umvalo womphakathi waseNingizimu Afrika ogujwa minyaka yonke mhla ziyisi-9 ku-Agasti. Ngalolu suku izwe lonke lisuke libungaza ubuqhawe obenziwa ngabesifazane abayizi-20 000 ababhikishela eZakhiweni zoBumbano ePitoli behambisa izikhalo zabo mayelana noMthetho wamapasi, owawudinga ukuba abamdabu bapathe amapasi ?


...Udlame olubhekiswe kwabesifazane, olwaziwa nangokuthi udlame olungokobulili, liwudlame olubhekiswe kwabesimame noma amantombazane ngokukhethekile ngenxa yokuthi bayisifazane. Lolo dlame, lubhekwa njengobugebengu benzondo, futhi ngokuyinhloko lwenziwa abesilisa noma abafana ngenxa yokungafani kwamandla phakathi kobulili ngokomlando. ?

Amaqiniso...

BERJAYA
IQembu Lesizwe Lebhola Labesifazane laseNingizimu Afrika limele iNingizimu Afrika emdlalweni kanobhutshuzwayo yabesifazane yamazwe omhlaba. Igama eliteketiswa ngayo lithi Banyana Banyana. Leli qembu lingaphansi kwenhlangano eyangemele ibhola likanobhutshuzwayo yaseNingizimu Afrika eyaziwa ngokuthi yiNhlangano Kanobhutshuzwayo yaseNingizimu Afrika. (okwengeziwe...)

Izibhalwa ngokwezihloko

Amazwe: iAngola - iButswana - iZimbabwe - iNamibhiya - iMozambiki - iKongo - Eswatini - iZambia - iRashiya - iJalimani - iNgilandi - iFulansi - iSpaniya - iMelika - iKhanada - iMekisiko - iShayina - iTheki - i-Ostreliya - iNyuzilandi

Izilimi: isiZulu - isiNgisi - isiJalimani - isiSpeyini - IsiKhathalani - isiTaliya - IsiShayina - IsiJaphani - IsiRashiya - IsiHebheru - isiBhunu - isiXhosa - isiSuthu - Isi-Arabhu

IZilo zaKwaZulu: ISilo uShaka - ISilo uDingane - ISilo uMpande - ISilo uCetshwayo - iSilo uDinizulu - ISilo uSolomoni - ISilo uBhekuzulu - ISilo uZwelithini - ISilo uMisuzulu

Amaholide: Usuku lwenkululeko - Usuku Lwabasebenzi - Ukhisimuzi - Usuku lwabesifazane - Usuku lwaMalungelo Esintu - Usuku lwephasika

Imidlalo: Umbhoxo - Ibhola lezinyawo - Iqakamba - Isibhakela - Umnqakiswano

Izilwane: Inhlanzi - Iziququdi - IsiNcelisi - Iselesele - Indlulamithi - ibhubesi - inyamazane - inkomazi - izimvu - inkalankala

Imizulane: UMhlaba - uNomjubane - uNokhwezi - uNotshezi - uNolundwa - uNomaxhama - uNomakhekheba - uNogxada - uNohunga - uNomadwala

Ukudla: utamatisi - Amazambane - uphuthu - amaqanda - inyama - isinkwa - ubisi - Ushukela - ubhanana

Imvelo: intaba - umfula - ulwandle - impophoma - ichibi - iqhwa - amanzi - Insungubezi - Amafu -Umoyambulunga

Izinhlwa: igolide - isiliva - ibhulonze - insimbi - umthofu - IsAlumbe - IKhazi - IHwanzi - UmThanya - INihwe

Ubuchwepheshe: amahlelokusebenza - umakhalekhukhwini - Indizamkhathi - IsiCikizi - IsiThununu - Isiqavithi - UHlakahlisombulu - Indongoyi

Izithombe eziqhakanjiswayo

BERJAYA
Elithi owesifazane nelithi isifazane, womabili lamagama ayisiphawulo selithi umfazi, eliphambana nelithi umufo (indoda). Okusho ukuthi elithi umufo lisebenza kwabesilisa, bese elithi umfazi lisebenze kwabesimame. Lokhu kungenxa yokuthi isijobelelo azi sijotshwe kwelithi umufo, njengalapho sijotshelelwa kwelithi indoda + azi (indodakazi), noma inkomo + azi (inkomazi). Elithi isifazane lisho bonke abantu abanobulili besifazane, kuhlanganisa amantombazane nezalukazi, bese elithi owesifazane lona livame ukusebenza komame asebakhulile.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)